IRICHARDS Bay FC iqongise izinkinga zeKaizer Chiefs iyithela othulini emdlalweni weBetway Premiership oudlalelwa eMhlathuze Sports Complex, eRichards Bay, izolo ebusuku.
Uthisha wesikole eTetelo Secondary School eProtea North, eSoweto, kuthiwa ushaye umfundi wesifazane kaGrade 11 amahlandla angu-92 ngokweqa isibalo amagama abebekelwe wona ngomsebenzi wesikole. Ikilasi ...
UNKOSIKAZI wesihlanu kaMusa Mseleku, uSamkelisiwe uMaKhwela useveze ukuthi ukubonakala engena esithenjini futhi evela ...
UKelvin Momo udabuka eSoweto, eGoli, eGauteng. Igama lakhe lokuzalwa wuKelvin Thato Ledwaba. Unama albhamu okubalwa kuwona ...
ISIVEZE ukuthi izobuyela ekhaya lakubo elikhulu elizeMzumbe, indodana endala kaMusa Mseleku, uMpumelelo, ngemuva kokuvela ...
UMAKADEBONA kaDJ nomphathi wesitebela sokuqopha uDJ Tira uthi akabheki ukuthi umuntu ucula luphi uhlobo lomculo ukuze amsize.
KUPHOQE ukuthi uqedwe ngemuva kokuthi ulahlekelwe ababukeli umdlalo Ithonga, okhonjiswa kuMzansi Magic, ngo-8.30 ebusuku phakathi nezinsuku.
Laba ababili ngaphambilini kuvelile ukuthi bazama ukufaka isicelo sebheyili kodwa inkantolo yabachitha ikhala ngezizathu zabo ...
ZIVUNDULULE i-laboratry okukhiqizwa kuyo izidakamizwa eChatsworth, eThekwini, izinhlaka ezehlukene zamaphoyisa izolo.
UKUHOXISWA koxhaso lwaseMelika lokusiza empini yokulwa neHIV/AIDS kuleli kwenze uhulumeni watshala u-R26 billion ezifundazweni ukulwa naleli gciwane. UNgqongqoshe weziMali, uMnuz Enoch Godongwana, ...
U-DJ Merlon ugqugquzela oDJ abafuna ithuba lokuzibonakalisa emicimbini ayihlelayo ukuthi bashintshe indlela yokwenza ...
UPHROJUSA wezingoma zama-piano ne-house, uHappy Jazzman usedalule ukuthi ukuba wumuntu ukholelwa ebuhleni bothando ...